Cover

Leseprobe

Ingabe ngingangena
kanjani ezulwini na?

Abantu abaningi bayazama ukungacabangi ngengunaphakade. Ngisho nalabo abakebacabange ngokufa, bakebazame ukungacabangi ngokuthi ingabe kuzokwenzakalani emva kokufa. Ngesikhathi esemcane, umdlali wamafilimu wase-Melika u-Andrew Barrymore (owazalwa ngo-1975) wayedlala ezinye zezindawo ezisemqoka kwifilimu ebizwa ngokuthi i-“E.T.” Kwathi eseneminyaka engu-28 wathi, “Uma ngingase ngifele eduze kwekati lami, ngingathanda ukuba linikezwe umlotha wami liwudle, ngoba okungenani ngiyoqhubeka ngiphile ekatini lami.” Ingabe lokhu akusikhona yini ukungazi nokungabonisisi okwesabisayo na?

Ngesikhathi uJesu esaphila lapha emhlabeni, abantu abaningi babeza kuye. Inkinga yabo yayivamise ukuba ngezinto zalapha nezamanje.

• Abanochoko abangu-10 babefuna ukuphulukiswa (NgokukaLuka 17:13).

• Impumputhe yayifuna ukubona (NgokukaMathewu 9:27).

• Omunye wayefuna ukuba uJesu amsize ngempikiswano yokubanga ifa (NgokukaLuka 12:13-14).

• AbaFarisi baqhamuka nombuzo wokumlinga othi ingabe kumele bakhokhe intela kuKesari (NgokukaMathewu 22:17).

Bambalwa kakhulu abantu

Imprint

Publication Date: 08-21-2018

All Rights Reserved

Dedication:
Abantu abaningi bayazama ukungacabangi ngengunaphakade. Ngisho nalabo abakebacabange ngokufa, bakebazame ukungacabangi ngokuthi ingabe kuzokwenzakalani emva kokufa. Ngesikhathi esemcane, umdlali wamafilimu wase-Melika u-Andrew Barrymore (owazalwa ngo-1975) wayedlala ezinye zezindawo ezisemqoka kwifilimu ebizwa ngokuthi i-“E.T.” Kwathi eseneminyaka engu-28 wathi, “Uma ngingase ngifele eduze kwekati lami, ngingathanda ukuba linikezwe umlotha wami liwudle, ngoba okungenani ngiyoqhubeka ngiphile ekatini lami.” Ingabe lokhu akusikhona yini ukungazi nokungabonisisi okwesabisayo na? Ngesikhathi uJesu esaphila lapha emhlabeni, abantu abaningi babeza kuye. Inkinga yabo yayivamise ukuba ngezinto zalapha nezamanje....

Next Page
Page 1 /